Word:

umngani

Number of occurrences: 182 Rank: 1,794 Frequency class: 8

See also: Umngani

Examples

  • Kwayena uPhumla umngani wami angikaze nhlobo ngimtshele. (www.nwu.ac.za, collected on 12/06/2016)
  • Wamane waphela amandla watshela umngani wakhe ukuthi akhulume nami. (www.zuluz.co.za, collected on 30/09/2016)
  • Uma ubheka isithombe, ungabona umngani wakho omkhulu ame ngaphambi kwekhaya lakhe. (www.google.co.za, collected on 05/10/2016)
  • Ukulingisa izimo ezifanele ezithize njengokuthola umngani omusha. (www.nwu.ac.za, collected on 12/06/2016)
  • Eminye imibiko ithi uPistorius wafonela umngani wakhe wesifazane naye waphuthuma emzini wakhe khona ekuseni ngaphambi kokubizwa kwe- ambulensi. (www.iol.co.za, collected on 18/02/2013)
  • Kubukeka sengathi umngani wethu unenkinga yamasondo. (www.nwu.ac.za, collected on 12/06/2016)
  • Engimduduze ngakho umngani wami ukuthi kuzomele afake ikhanda phansi ngoba abantu abazokwazi ukubona kahle umehluko phakathi kwemoto yakhe endala nalena entsha kuzoba yilabo abazi kakhulu ngezimoto. (www.iol.co.za, collected on 09/02/2012)
  • Lokhu kuze kwaphumela obala ngesikhathi le ntombazane itshela umngani wayo yena obe esebikela uthisha. (isizulu.news24.com, collected on 07/11/2012)
  • Indodakazi yakhe yathathwa umngani wakhe. (www.citywheels.co.za, collected on 16/09/2014)
  • · Zama ukuhamba nomuntu, umngani noma umuntu wasemndenini. (www.knowcp.co.za, collected on 16/09/2014)

Words occurring in the Same Sentence

wakhe (405), wami (167), naye (51), uPhumla (43), UPhumla (36), wakho (28), wayo (24), wabo (22), womndeni (22), Umngani (20), emtshela (20), kamufi (19), wengane (16), nomunye (16), lomndeni (15), omunye (14), bahamba (14), kubo (13), wesifazane (13), yakhe (13), umufi (12), wahamba (12), uZongile (11), omkhulu (9.8), oneminyaka (9.7), Ngemuva (9.5), le (9.3), athi (8.6), ukuthi (8.1), Wathi (7.7), lona (7.5), eceleni (7.4), walo (7.2), ubudala (7.0), yena (7.0), endlini (6.8), ingane (6.7)
nomunye (26), kusho (21), omunye (16), ngesikhathi (7.5)
wakhe (751), wami (308), wakho (89), wabo (63), wayo (60), womndeni (38), kamufi (28), walo (22)

Word graph

example graph